0

Kanjalo Nje

Le ncwadi kaMbuyazi idinga ukufundwa yizinhlobo ezimbili zabantu: labo abanokuzihlupha ngezilimi zendabuko zaseNingizimu Afrika, kanye nalabo abangenakho lokho kuzihlupha.

Uswazi lwakhe asivusa ngalo luqala ekhaya lapho kufanele ngabe luncelwa khona ulimi, luphinde lungene nasesikoleni lapho ethi kuphoziswa khona ugqozi lokulunakashela ulimi, luze luzidlise satshanyana ngisho nakoMkhulu lapho ekhomba khona ukubaluleka kweqhaza elingabanjwa ngoNdabezitha kule ndima.

R130,00

SKU: KN1Categories: Teen & Adult Reads
×